Home
| |
Audio
| |
Index
| |
Verses
AmaHubo
Chapter:
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29
30
31
32
33
34
35
36
37
38
39
40
41
42
43
44
45
46
47
48
49
50
51
52
53
54
55
56
57
58
59
60
61
62
63
64
65
66
67
68
69
70
71
72
73
74
75
76
77
78
79
80
81
82
83
84
85
86
87
88
89
90
91
92
93
94
95
96
97
98
99
100
101
102
103
104
105
106
107
108
109
110
111
112
113
114
115
116
117
118
119
120
121
122
123
124
125
126
127
128
129
130
131
132
133
134
135
136
137
138
139
140
141
142
143
144
145
146
147
148
149
150
1
Kumholi wokuhlabelela. Elamadodana kaKora. Ihubo. Shayani izandla, zizwe zonke; hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa. 47:1 AmaH. 66:1.
2
Ngokuba uJehova oPhezukonke uyesabeka; uyinkosi enkulu phezu komhlaba wonke. 47:2 Zak. 14:9; Mal. 1:14.
3
Wathobisa abantu phansi kwethu, nezizwe phansi kwezinyawo zethu. 47:3 AmaH. 18:48.
4
Wasikhethela ifa lethu, udumo lukaJakobe amthandayo. Sela
5
UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma, uJehova ngokukhala kwecilongo. 47:5 AmaH. 68:18.
6
Hubelani uNkulunkulu, hubani! Hubelani iNkosi yethu, hubani!
7
Ngokuba uNkulunkulu uyinkosi yomhlaba wonke; hubani ihubo!
8
UNkulunkulu uyabusa izizwe; uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sakhe esingcwele sobukhosi. 47:8 AmaH. 22:28.
9
Izikhulu zabantu zibuthene, zibe yisizwe sikaNkulunkulu ka-Abrahama, ngokuba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu; uphakeme kakhulu.
Top
| |
Next Chapter
| |
Index
| |
Home
Full online version
here
[with search engine, multilingual display and audio Bible]